maSokhulu Lyrics
- Genre:R&B
- Year of Release:2022
Lyrics
Ngelozi yami ephila emhlabeni
Ungumama mama mamawami
Uyisibusiso engeke safaniswa Nalutho
Ngoba uthando lwakho Obungithanda
Ngalo belungalinganiseki
Noma Ngabe ngonile Ubungibonisa
Angithi uswazi alimbulali Untwana
Ngiyakuthanda maSokhulu mama
Ngoba uthando lukamama alufaniswa nalutho
Ngiyakuthanda maSokhulu mama
Ngoba uthando lukamama alufaniswa nalutho
Bengihleli ngihlezi entendeni yesandlo sakho
Unginakekela, ungiteta, ungiwotawota
Ngiyazi lapho okhono bungazi
Ukuthi nginesipho sokucula
Bengifisa Ngabe ukhona Usaphila
Uzibonele ngifumane nezibusiso zakho
Ngiyakuthanda maSokhulu mama
Ngoba uthando lukamama alufaniswa nalutho
Ngiyakuthanda maSokhulu mama
Ngoba uthando lukamama alufaniswa nalutho