Soulmates Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2022
Lyrics
Abake babonana
Bayophinde babonane
Ngoba umhlaba umncane
Izintaba kuphela ezingahlangani
Uzophinde ube ngowami
Uphinde uhlale nami
Abake banonana
Bayophinde babonane
Ngoba umhlaba umncane
Izintaba kuphela ezingahlangani
Uzophinde ube ngowami
Uphinde uhlale nami
(Nami yeah)
Iskhala sakho enhlizweni yami
Asoze savalwa ngubani
(Yebo ngiyavuma)
Yimina owakuduba
(Bengisangene)
Namanje ngisakufuna
(Oh)
uZola wathi ngikulinde uze ubuye
And ngiyazi uzobuya
Ngoba k'dala sigudla
Siwasivuka
Baby ngiyazi ungikhumbule
Kodwa into uma uyithanda
Uyayikhulula
Mayibuya uyayikhumula
UMDZ wathi indoda ingawa namhlanje
Bese kusasa iyazi-Tlhotlhora
Baby sengaphucuka
Abake babonana
Bayophinde babonane
Ngoba umhlaba umncane
Izintaba kuphela ezingahlangani
Uzophinde ube ngowami
Uphinde Uhlale nami
Abake babonana
Bayophinde babonane
Ngoba umhlaba umncane
Izintaba kuphela ezingahlangani
Uzophinde ube ngowami
Uphinde uhlale nami
(Nami yeah)
Ukukubona
(Nomunye umuntu)
Kuyangicoba
(Angikwazi nokukhuluma)
I know that
Ngikuzwisile ubuhlungu
Ngeke ngigeqe amagula
Ngoba lokho kwadlula
Baby ngiyazi ukuthi usafuna
Ukuba nami
Wena ungumacala wami
Asibuyelene senze imali
Weh! baby asibuyelane
Senze imali
Kodwa mina
Ngayini phandle kwakho
Angisak'khulumi okwempatho
Intokazi efundile enothando
Sengi-Serious
(Angisadlale)
Abake babonana
Bayophinde babonane
Ngoba umhlaba umncane
Izintaba kuphela ezingahlangani
Uzophinde ube ngowami
Uphinde uhlale nami
Abake babonana
Bophinde babonane
Ngoba umhlaba umncane
Izintaba kuphela ezingahlangani
Uzophinde ube ngowami
Uphinde uhlale nam, yeah